how can I find an easier way to establish Analyzing a Current Health Care Problem or Issue
Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa yokhuvethe. Babejatshuliswa ikakhulukazi ukunyuka kukaphethioli ezweni okungeke kusabaphazamisa. Babona kungcono uma besebenzela emakhaya ngoba angeke besagcwalisa izimoto ngophethiloli masonto onke ukuze baye emsebenzini. Abesifazane abanabantwana bona bakushayele ihlombe kakhulu lokhu kusebenzela ekhaya ngoba bathi besemhlanganweni belalele kumakhalekhukhwini noma kukhompuyutha, bebe befaka izingubo emshinini wokuwasha, bebonda uphuthu esitofini, noma bewasha nezitsha. Abesifazane bavuka bageze ubuso kuphela, bese benza isidlo sasekuseni, bahlanze nendlu ngaphambi kokuqala umsebenzi wabo womqashi. Abesilisa bona bavuka bageze ongazi angathi baya emsebenzini kanti cha, badle isidlo sasekuseni bese behlala kumakhompuyutha benze umsebenzi wabo wosuku. Babejatshuliswa, masonto, besemhlanganweni, womqashi 1.1 Gagula inguquko yefonoloji eyenzeke emagameni abhalwe ngokugqamile, uveze nokuthi yenzeke kanjani. (20) 1.2 Cozulula amagama alandelayo ngamalunga awo: a) ihlombe b) nendlu c) emshini
Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa yokhuvethe. Babejatshuliswa ikakhulukazi ukunyuka kukaphethioli ezweni okungeke kusabaphazamisa. Babona kungcono uma besebenzela emakhaya ngoba angeke besagcwalisa izimoto ngophethiloli masonto onke ukuze baye emsebenzini. Abesifazane abanabantwana bona bakushayele ihlombe kakhulu lokhu kusebenzela ekhaya ngoba bathi besemhlanganweni belalele kumakhalekhukhwini noma